CONTACT US


ENQUIRIES


OFFICE HOURS


Mon-Fri: 9am-4pm

Nkombose Kababa (folklore plays)

R299.95
Write a Review
SKU:
ISBN 9780195708585
UPC:
9780195708585
Condition:
New
Availability:
Imported title on pre-order • Awaiting stock from UK,In stock at warehouse • Ships in 3–5 working days

Pre-Order: Ships in 4-6 weeks (air-freight import) or 8-12 weeks (sea-freight import)

Product Description

Nkombose Kababa (folklore plays)

Format: Physical Hardcopy

Le ncwadi iqukethe izinganekwane ezimbalwa eziphuma emtatsheni wezinganekwane zom dabu ezazixoxelwa izingane kudalo. Lezi-ke zibhalwe zahlelwa zaba yidrama.

Umbhali uzihlelele ukuba zidlaleke eshashalazini njengemidlalo enkundlanye. Lapho kulukhuni khona ukuba izehlalakalo ezithile zivele kumbe zidlalwe esiteji, umbhali usebenzise izwi lomlandi okunguye ocacisayo ngokwenzekayo kanye nebanga inganekwane leyo engumdlalo esikulo.

Nokho yizinganekwane ezaziwayo zonke lezi, okusha yindlela ezihlelwe ngayo. Uma isizukulwane esikhona njengamanje singazimisela sizidlale lezi zinganekwane, amagugu esizwe esiMnyama angagcineka aze aficwe ngezinye izizukulwane eziningi ezizayo.

One-act plays based on folk-tales.

 


For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za

© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of SA School and Office Supplies (Pty) Ltd, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.

Other Details

Publisher:
Oxford University Press
Format:
Physical Hardcopy
Next Stock ETA (Working Days):
40
Status:
Sea Freight
Author/s:
L. Molefe
Publisher Title:
Nkombose Kababa (isiZulu folklore plays)