CONTACT US


ENQUIRIES


OFFICE HOURS


Mon-Fri: 9am-4pm

Yiza Mntanami (novel)

Now: R234.56
Was: R275.95
In stock
Write a Review
SKU:
ISBN 9780195764888
UPC:
9780195764888
Condition:
New
Availability:
Imported title on pre-order • Awaiting stock from UK,In stock at warehouse • Ships in 3–5 working days

Product Description

Yiza Mntanami (novel)

Format: Physical Hardcopy

Inoveli Yiza mntanami isihlanganisa nomfundisi u-Irina Carey. Uhamba eshumayela kwababoshiwe.

Ubakhombisa izandla zakhe ezazinomunwe owanqunwa ngesikhathi izixhwanguxhwangu zi- mdlwengula. Lesisehlakalo sabayimbangela yokumehlukanisa nomyeni wakhe uBill.

ULungile omunye weziboshwa wathinteka kakhulu ngale sisenzo wathembisa ukuthi uma esephumile ejele uyomvakashela. Emva kokuphuma ejele uhlangabezana nezinkinga ezingamvumeli ukuthi abe yindoda ethembekile.

Omunye wezigelekeqe uZiziba wamcinelela ukuthi alandele iqembu labo lezigilamkhuba, bamesabisa ngokuthi uma engabalandeli bazombulala noma badalule wonke amacala akhe. Waba omunye wezimeneja eziphethe abadayisa ngomzimba.

Kulo msebenzi yilapho asehlangana khona nendodakazi yakhe owayengayazi nhlobo.

 


For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za

© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of SA School and Office Supplies (Pty) Ltd, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.

Other Details

Publisher:
Oxford University Press
Format:
Physical Hardcopy
Next Stock ETA (Working Days):
40
Status:
Special Order (Print on Demand)
Author/s:
M.J. Mngadi
Publisher Title:
Yiza Mntanami (isiZulu novel)