Early Bird Spring Sale – Banner & Hero
15% OFF Sitewide · 1–30 September

Our Biggest Sale of the Year

EARLY BIRD 🐣 SPRING SALE

Order early and get 15% off all textbooks.
Beat the back-to-school rush – at unbeatable prices.

CONTACT US


ENQUIRIES


OFFICE HOURS


Mon-Fri: 9am-4pm

Via Afrika Idrama YesiZulu Ulimi lwasekhaya: Untombazi

R156.90
(0) Write a Review
SKU:
ISBN 9781415448588
UPC:
9781415448588
Condition:
New
Availability:
Most titles ship within 3–10 working days if in stock. Non-stock items may take up to 4–8 weeks to import from overseas or reprint.
Shipping:
Calculated at Checkout

Product Description

Via Afrika Idrama YesiZulu Ulimi lwasekhaya: Untombazi

Format: Physical Hardcopy

Le ndaba yenzeka ngeminyaka yawo-1800, indaba igxile kumlingiswa onguNdlunkulu uNtombazi wesizwe sakwaNdwandwe, osebenzisa amaqhinga kanye nobuthakathi emizamweni yakhe yokwenza indodana yakhe uZwide ukuthi abe yinkosi enamandla kunawo wonke.

UNtombazi uyaziwa ngokubulala amakhosi awanqume amakhanda bese ewaphanyeka elawini lakhe. INdlovukazi yamaNdwandwe ibulala ngempumelelo amakhosi abakhelene nawo. Lapho ibulala iNkosi uDingiswayo wesizwe sakwaMthethwa, ihlokoloza isidleke seminyovu.

INkosi uShaka wesizwe samaZulu igasela kungalindelekile izophindisela ukuchithwa kwegazi lomsebe wokugcina wamakhosi aphemba uxolo, iNkosi uDingiswayo wakwaMthethwa, owamkhulisa. Kuba uqhude manikiniki, zindala zombili lapho kutholana phezulu amabutho akwaZulu kanye nawakwaNdwandwe. Kazi iyozala nkomoni!


For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za

© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.

Other Details

Publisher:
Via Afrika Publishers
Publisher Title:
Via Afrika Idrama YesiZulu Ulimi lwasekhaya: Untombazi
Format:
Physical Hardcopy