Product Description
Umuhle Unjalo Ibanga 5 Incwadi Yesine
Author: N. M. Zondi
Format: Physical Hardcopy
Le ncwadi ikhuluma ngendaba yentombazanyana enguThandeka. UThandeka wayesenomkhuba wokuvukwa ngukugula njalo uma kumele kuvukwe kuyiwe esikoleni.
Wayengakuthakaseli ukuya esikoleni ngenxa yezinye izingane ezazimhleka ngenxa yokuthi wayenomlenze omfishane kunomunye. Ngosizo lukababa wakhe kanye nothisha, uThandeka ugcina esekuthokozela ukuba sesikoleni kanye nokubhekana nezinselelo zakhe.
Ugcina eseyisilomo ngenxa yokuthi wafunda ukuzemukela bese esebenza nzima ukuphumelela kulokho akwazi ukukwenza.
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.