Product Description
Ukuhmaba Ukubona Ibanga 5 Incwadi Yesihlanu
Author: N. P. Buthelezi
Format: Physical Hardcopy
USithembiso noThemba bangamawele. Bahlala kwamamkhulu wabo eNgomane.
Unina wabayisa khona ngoba efuna basize udadewabo ngoba engenangane futhi ebabalekisela nodlame. Umamkhulu wabo akabaphethe kahle.
Ubathuma ngisho nangesikhathi sesikole baze basale ezifundweni. Bayalamba, ngisho noma unina ebathumela imali yokudla umamkhulu ubuye abathume ukuba bayokwenzaizinto ezimbi ezifana nokweba.
Ake uzifundele nawe uzizwele ubunzima laba bantwana abahlangabezana nabo behleli kwamamkhulu wabo kuze kube banquma u kweqa babuyel e ekhaya.
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.