Product Description
Shuters Top Class Ukwazi Izidingo Zempilo Ibanga 3 Incwadi Yokusebenzela
Authors: Sue Boucher, Jane Brown, Jenny Mostert, Stella Hortop, Sally Kelly, Hilary Mclernan, Ragani Moodley, Sibongiseni Mcaba
Format: Physical Hardcopy
lzibaloze-Top Class zakhelwe phezu kweSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola. lzibalo zeTop Class emaBangeni aPhansi (Foundation Phase) zithuthukisa imicabango nezithombe zezibalo, amakhono nolwazi ngokukhuthaza ukuxazululwa kwezinkinga, ukucubungula nokucabangisisa okuhlose ukwakha. Uchungechunge lwalezi zincwadi zezibalo lwelekelela umfundi ukuba axhumanise izibalo kanye nalokho ahlangabezana nakho nsuku zonke. lmisebenzi umfundi ayenza eyedwa kanye naleyo ayenza ebambisene nabanye, yelekelela umfundi ukuba akhule aze afinyelele Ezinhlosweni zakhe ezibanzi kanye nalezo Eziqondwe Ngqo yizibalo njengoba ziqulethwe emqulwini weSitatimende Sikazwelonke seNqubo Mgomo Yokufundisa Nokuhlola.
Okunye futhi ngukuthi izindawo lapho kubhekwe khona kakhulu ngumongo, yimithombo emihle eveza amathuba ehlukene okwenza izibalo kanye nezibalo zekhanda. lzinto ezakha ibanga ngalinye. lncwadi KaThisha: lncwadi yomfundi: lncwadi yokusebenzela:
Features:
-
Umsebenzi oxhumene kahle womntwana nokaThisha
-
lziqondiso ezicacile zezinhlelo zokufundisa
-
Amanothi esengezo kanye nezinye izinto eziphathekayo zokwelekelela. lmisebenzi enengcebo neyenabile,
-
Ulwazi magama oludingekayo lukhonjisiwe
-
lmisebenzi esezingeni lomfundi nethokozisayo imnika umdlandla umfundi wokuba abe yingxenye yalokho okwenziwayo
-
lmisebenzi eminingi nemihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola
-
lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi
-
lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile
-
Ulimi lusezingeni elihle
-
Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa
-
Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemldwebo ekhangayo
-
lmisebenzi emihle nesezingeni lomfundi iyakhuthaza inike nomdlandla
-
lmisebenzi eminingi emihle ihambisana neSitatimende sikaZwelonke seNqubo Mgomo yokuFundisa nokuHlola
-
lmisebenzi ivumelana nesimo sendawo yomfundi
-
lnemisebenzi ehlomisayo neyenabile
-
Ulimi lusezingeni elihle
-
Kukhona nemisebenzi yokuhlola nokugxilisa
-
Kunokuhleleka okuhle komsebenzi kanye nemidwebo ekhangayo
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.