Product Description
Oxford Khuluma isiZulu Grade 3 Reader 3
Format: Physical Hardcopy
U-Oxford Khuluma uxhasa Ukwethulwa ngokuKhula kweziLimi zaboMdabu (IIAL). Lolu chungechunge lugxile ekuxhumaneni ngomlomo kanye nokuthuthukisa amakhono oLimi abalulekile kubafundi bolimi lokwengeza.
Izindaba ezikule ncwadi: Imvu elusizo Ubuwazi ukuthi imvu ilusizo ebantwini? Ingabe ilusizo kanjani?
Funda uzwe ngemvu elusizo. Did you know that a sheep is helpful to people?
How is it helpful? Read and find out about the helpful sheep.
UJosh noJessie badlala imidlalo Uthanda ukudlala miphi imidlalo? Funda uthole ukuthi uJosh noJessie bathanda ukudlala miphi imidlalo.
What sport do you like to play? Read and find out what sport Josh and Jessie like to play.
Ibhubesi, inkosi yezilwane Yini oyaziyo ngebhubesi? Funda uthole ukuthi liphila njani.
What do you know about a lion? Read and find out how it lives.
UMaza usiza epulazini Ingabe wake waya epulazini? Funda ngoMaza ohlala futhi osiza epulazini.
Have you ever been to a farm? Read about Maza w ho lives and helps at the farm.”
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of SA School and Office Supplies (Pty) Ltd, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.