Product Description
Masihambisane Kabusha Ukufundwa Kwemisindo Nezinhlamvu Ibanga 3 Inqubo Yohlelo Lwemisindo
Authors: D.A. Mncube, M.M. Mkhize, D.A. Hlangu
Format: Physical Hardcopy
Masihambisane Ukufundwa kwemisindo nezinhlamvu: Lolu uhlelo lwemisindo oluthuthukisa amakhono olimi njengoba ehleliwe kuma CAPS 1. lnqubo Yohlelo Lwemisindo Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba imisindo yonke eyethulwayo kulelo nalelo banga itholakala kuyo. lmisindo ihlelwe ngokwethemu nethemu bese kuba khona nemilolozelo kanye namaculo agcizelela umsindo nomsindo owethulwayo. 2. lncwadi Yokubhalwa Kwemisindo Kule ncwadi yilapho abafundi bethola imisetshenzana ethuthukisa ukubhalwa kwemisindo. 3. lncwadi kaThisha lngumongo walolu hlelo. lbonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni amakhono ahlukahlukene abafundi.
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.