Product Description
Masihambisane Kabusha (Phonic Prog) Grade 2 Reader Level 3
Format: Physical Hardcopy
Lezi zincwadi zihlelwe kanje: Incwadi kaThisha, incwadi yokubhala, incwadi yohlelo lwemisindo kanye nezincwadi zokufunda. Zibhalwe ngokulandela imisindo efundwa emabangeni aphansi yonke.
Incwadi yohlelo lwemisindo inamaculo nemilolozelo ethuthukisa ulwazi lwemisindo. Izincwadi zokufunda zinezindatshana ezibhalwe ngemisindo leyo efundiswayo ngaleso sikhathi.
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.