Product Description
Kwelingafelwa Nkonyane (Grade 7 IsiZulu novel) Paperback
Format: Physical Hardcopy
Sihlale sifunda ukuthi kunemihlaba nezinkanyezi ezizungeza ilanga kude lena emajukujukwini asekujuleni komkhathi. Ingabe kukhona yini abantu abahlala komunye wemihlaba esemkhathini?
UNhlakanipho, umfana ongumlandi wale ndaba equkethwe kule ncwadi, wayithola le mpendulo ngendlela eyethusayo. Wathunjwa kanye nezinkomo zakubo ezimbili wagcina esezibona esekwelinye izwe khona lena emkhathini.
Leli kwakuyizwe lapho kwakungayi khona olubuyayo. Yingani lezi zidalwa zasemkhathini zehlela emhlabeni wethu?
Ingabe leso kwakuyisiphelo sempilo kaNhlakanipho?
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of SA School and Office Supplies (Pty) Ltd, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.