Product Description
Izihlahla Ikhaya Lezilwane Ibanga 6 Incwadi Yesibili
Authors: Anita Plant, Andre Plant
Format: Physical Hardcopy
UBafana nabazala bakhe bayazidlalela nje umacashelana. UBafana uyozicashela ngemuva kogodo oludala.
Akanalo noluncane ulwazi lwesidididi asidalayo emphakathini oziphilela lapho ogodweni. Umdlalo wabo uphelela lapho ogodweni lapho babelana ngolwazi mayelana nezilwanyana ezihlala ogodweni.
UBafana usekujahe ngendlela emangalisayo ukuyovakashela umalume wakhe. Phela wayemthemisile umalume wakhe ukuthi uzomvumela ukuba akhe indlu yokudlala esihlahleni samakhiwane esisengadini.
Kodwa uma uBafana esegibela esihlahleni uyabona ukuthi izinto azilungile neze. Aphi amakhiwane?
Kwenzekeni emaqabungeni? Ziphi zonke izilwanyana ezihlala lapha?
Yini engenza isihlahla sigule? Yini angayenza uBafana?
For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za
© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.