CONTACT US


ENQUIRIES


OFFICE HOURS


Mon-Fri: 9am-4pm

isiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha

R250.00
In stock
(0) Write a Review
SKU:
ISBN 9781920605698
UPC:
9781920605698
Condition:
New
Availability:
Most titles ship within 3–10 working days if in stock. Non-stock items may take up to 4–8 weeks to import from overseas or reprint.
Shipping:
Calculated at Checkout

Product Description

isiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha

Authors: N. Mbambo, M. Mdladla, Z.Hadebe, N.Thobela

Format: Physical Hardcopy

lsiZulu Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi ( Learner Book) nencwadi kaThisha.

Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi.

Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo.

Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi.

Kukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan). Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.


For custom orders and quotes: shop@schoolspace.co.za

© 2026 Schoolspace. This product description is the exclusive intellectual property of the publisher, protected under copyright law. Unauthorized use, adaption, or copying is strictly prohibited.

Other Details

Authors:
N. Mbambo, M. Mdladla, Z.Hadebe, N.Thobela
Publisher Title:
isiZulu Sethu Ibanga 12 Incwadi Kathisha
Publisher:
Shuter & Shooter
Format:
Physical Hardcopy